110. Yeka inhlanhla

This hymn speaks of the joy and assurance of salvation in Christ, emphasizing the promise of being taken home to a heavenly place of praise and purity after earthly trials and eventual separation, encouraging believers to remain faithful and avoid despising God.

1. Webathandwa, yek' inhlanhla Yokukholwa nguy' uJesu, Nokuphathw' ezakh' izandla, Asiyise ekhaya ngale. Kuzohlatshelelwa khona, Basho Haleluya, Haleluya! Njengomfula kohlokoma Kudunyiswe iNkosi le.

2. Emhlaben' izinhlupheko Zithulis' ihubo lethu Kodwa lapho zingasekho, Lophelela ihubo, lethu.

3. Lapaha njalo sihlukana, Kuyavam' izinyembezi, Kodwa lapho sohlangana, 'Zinyembezi zosulwa yiNkos'.

4. Mangabikho osalayo Mhla 'bangcwele beyobizwa; Nxa İNkosi ivalayo, Angabikho ojabhayo, qha.