116. Esandleni somusa

This hymn expresses the believer's comfort and security found in God's grace, emphasizing salvation and unwavering support despite personal struggles and past imperfections. It conveys a sense of being held and protected by a loving and forgiving power.

1. NgoMsindis' onami la empini, Ngiyagcinwa noma kungathini. Ungisith' esivunguvungwini Esandleni somusa. Esandleni somusa, Esandleni somusa, Ngiyagcinwa, noma kungathini, Esandleni somusa.

2. Ungigona ngemikhono yakhe, Ngiyathokozisw' amazwi akhe, Ngiyalondwa ngobuqhawe bakhe Esandleni somusa.

3. Yena akasoze angiyeke, Ngingephucwe futhi kuye ngeke; Ngoba ungiphethe ngesineke Esandleni somusa.