127. Umholi omuhle

This Zulu Christian hymn expresses unwavering faith and trust in Jesus, emphasizing the believer's willingness to follow His guidance without doubt or fear, finding solace and divine provision in His leadership. The hymn further highlights the safety and assurance found in God's almighty hand, suggesting that worship and devotion lead to a heavenly state of being.

1. Nxa uJesu engihola, Anginakho ukusola; Ngob' amandla ngiwathola KuMholeli wami-ke. Laph' engiholela khona, Laph' engiholela khona, Laph' engiholela khona, Ngomlandela njalo, he.

2. Nom' indlel' inobumnyama, Ngiyethemb' elakh' igama; Um'sa wakhe uyavama, Unganele wona, he.

3. Noma ngingabon' indela, Yena wongilungisela, Lapho ngiyakunyathela; Ngimlandela yena nje.

4. Ngakho sengibek' isandla Esandleni 'kaSomandla; Wongiyisa kul' iBandla Elisezulwini le.