166. Ivangeli elidala
1. LiVangeli elidala Linganela mina, du.
2. Labanel' abaphostoli, Linganela mina, du.
3. Balifel' abokuqala, Linganela mina, du.
4. Lingishumayez' uJesu, Linganela mina, du.
5. Lithi wazifel' izoni, Linganela mina, du.
6. Lokhu mina ngiyisoni, Linganela mina, du.
7. Ngiyakholwa yilo manje, Linganela mina, du.
8. Liyangithandis' iBhayibhel', Linganela mina, du.
9. Ngiyalithokoza kabi, Linganela mina, du.
10. Livumeni nina nonke Lonanela nani, du.