212. Ngiyadlula

1. Nginguye odlulayo la; Indlela emhlabeni, Nokuba inhle, noma qha. Iqonda ekufeni; Ngingekuvimbe la Ukufa kwami, qha; Nokuba ngibhekaphi-ke, Ngiqonda ekufeni.

2. Omethembay' uJesu la. Uya ezulwini. Noma ephila , noma qha. Nokuba kungathini; Akakwesabi la Ukuf' uqobo, qha. Ohamba nay' uJesu la. Uyaya ezulwini.