23. Masisho ingoma

This hymn expresses gratitude to Jesus for providing salvation and opening a path to eternal life, urging believers to follow him and trust in his protection amidst life's challenges. It emphasizes committing one's life and burdens to Jesus as a refuge and source of strength.

1. Masisho ingoma ngoJesu iNkosi, Owasisindisa sikuyo ingozi; Ngokusihlawulela wavula indlela, Singeze sibhubhe uma simlandela. Haleluya kuJesu owasikhulula! Sombonga kakhulu Phesheya komfula.

2. Noma inhliziyo igcwele ukhona, Yohlanzwa nguJesu nxa engena khona. Yen' uyozinqob' azibhuqe izitha, Nokuba zinjani uyakuzichitha.

3. Ngakho zinikele kuJes' uMsindisi, Ucashe kuyena onguMnqobisisi, Khona-ke unalo ithemb' enhliziyweni, Elingajabhisi nom' usekufeni.