25. Yeka uthando
This hymn expresses a desire for God's love to fill the singer's heart, urging them to share that love with others, particularly those who are lost or in need, so they might be saved by the Father's love. It emphasizes the importance of extending compassion and helping others return to God's embrace.
1. Zanin' masihube kanyekanye Ngal' uthando, ngal' uthando, Anal' uYis' ebathand' abantu Enikel' iNdondana. Yek' uthando, yek' uthando Anal' uBaba elithanda izwe! Ubafuna, ubafuna Abadukile 'kuba basindiswe.
2. Ukuba sibone loluthando, Yeza yona iNdondana, Kwabalusizi nabadingayo, Ethwal' okwab ukona.
3. Uyabafun' abedukileyo, Mus' ukuthi: "Ngiyakunce." Namhl' uyabizwa obhungukileyo, Ukubuyel' ekhaya.
4. Nkosi, gcwalis' inhliziyo yami Ngal' uthando olungcwele; Khipha inzondo nenkani yonke, Ngena uhlale khona.