87. Khanyisa, Nkosi

This hymn expresses thanksgiving for salvation and God's unchanging grace.

1. Baba, ngicela sekuyahlwa, Khanyisa, Nkos'. Kumnyama lapha, ngiyesaba, Ngihole, Nkos'. Wena unguye uMalusi wam' Ngize ngifike le ekhaya lam'.

2. Kuqala ngangingesho kuwe-ke, Khanyisa Nkos'. Ngathand' okwami, kodwa namhlanje. Ngihole, Nkos'. Inkazimulo yonke emhlaben' lyedukis', iyisa ekufen'.

3. Sengiwaswel' amandla akho, Ngenzele, Nkos'. Nginobuthaka, ungisize, Ngivuse, Nkos'. Mawube nami njalo khona la, Ngize ngifik' ekhaya laphaya.

4. Nxa sekusile ngothokoza Ekhaya le. Bonk' ubumnyama buphelile nya, Kukhanya nge. Ngizoba ngiqedil' uhambo Iwam' Nxa ngifikile kuwe, Nkosi yam'.